MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
9
Ngokwezilinganiso zesaplayi nedimandi, ikhwantithi yommbila
okulindeleke uthunyelwa emazweni u-2,150 wezigidi zamathani nge-
sizini ka-2020/2021 kanye no-1,613 wezigidi zamathani osewuvele.
Ummbila omhlophe olinganiselwa ku-475 915 wamathani wathu-
nyelwa emazweni angomakhelwane nokuthe kamuva wayiswa
e-Italy. Ummbila ophuzi wathunyelwa e-Vietnam, e-Taiwan, e-Japan,
e-Korea nasemazweni angomakhelwane bethu (
uFiga 1
). Futhi ku-
khona ummbila ophrosesiwe ongu-300 000 wamathani omkhiqizo
wommbila ophrosesiwe okulinganiselwa ukuthi uzothunyelwe ema-
zweni ngesizini yokumaketha ka-2020/2021 kanti u-148 927 wamatha-
ni asusevele uthunyelwe.
UKUNYAKAZA KWAMANANI ENTENGO
Amanani entengo abekhuphuka ezinyangeni ezimbalwa ezedlule; into
eyenza lokho kube ukwenyuka kwamanani enteno emazweni kanye
nobuthakathaka be-
exchange rate
. Kusukela ngoJuni 2020, uDisemba
amanani ommbila omhlophe nangokuzayo asekhuphuke ngo-37,8%
nommbila ophuzi ngoDisemba amanani entengo nanokuzayo akhuphuke
ngo-29,5% (
uFiga 2
).
Isibikezelo sesizini entsha ngokwemigomo yezinhlelo zokukhiqiza
ibukeka kahle, ngakho ke, kulindeleke ukuthi umkhiqizo wakuleli ube muhle
ngesizini ka-2020/2021. Ngokombiko wakamuva we-CEC, kuhloswe uku-
tshalwa u-2,746 wezigidi zama-ha ommbila ka-2021 okungu-135 200 ha
ngaphezulu uma kuqhathaniswa nangesizini edlule. Ngesikhathi soku-
bhala le athikhili, bekusazotshalwa kakhulu nokho ke busebuningi ubungozi
bokukhiqiza, ngakho ke isimo sezulu sisazodlala indima enkulu ezinyaneni
ezimbalwa ezizayo.
Uma sibheka umnyakazo wamanani entengo,
uma kutholakale isilimo esihle, amanani ente-
ngo kungenzeka asondele emazingeni e-
export
parity
, kodwa amanye amafektha angenza
izinqumo kungaba yi-
exchange rate
namanani
entengo akwamanye amazwe. Uma imanani
entengo yakwamanye amazwe azohlala ephe-
zulu ne-
exchane rate
ihlale iphansi njenamazina
emali, singabona amanani entengo aphakathi
kuka-R2 800 no-R3 400 ngesizini ka-2020/2021.
Uma amanani amazwe ehla ngaleso sikhathi
kuthi i-
exchange rate
iqine, amanani akuleli ange-
hla abe ngaphansi kuka-R2 500. Ngokwesamari,
amanani entengo angasuka phakathi kwangaphansi
kuka-R2 500/thani anyuke ayofika ku-4 500/thani.
Okungenzeka empeleni nokwezimakethe njenga-
manje.
2
2019*
2020*
y/y
% ushintsho
2019*
2020*
y/y
% ushintsho
Uphroseselwe
izimakethe zakuleli
Ummbila
omhlophe
Ummbila
omhlophe
Ummbila
ophuzi
Ummbila
ophuzi
Abantu
2 322 589
2 655 545
14,34
312 310
311 126
-0,38
Izilwane
206 218
519 948
152,14
2 562 390
2 159 822
-15,71
I-
Gristing
5 325
5 664
6,37
5 539
3 224
-41,79
Isamba
2 534 132
3 181 157
25,53
2 880 239
2 474 172
-14,10
Umbila ophroseselwa ukudayiswa kuleli.
Umthombo: SAGIS
*Ephreli - Septhemba
2
Ukunyakaza kwamanani entengo yommbila
omhlophe nophuzi angomuso.
Umthombo: i-Grain SA
Idomestiki dimandi yommbila isasesimeni
esihle U-5,6 wezigidi zamathani ommbila,
waphroseselwa ukudliwa abantu, ukudla
kwezilwane kanye ne-gristing, lokhu kwaba
ukukhula ngo-4,5% uma kuqhathaniswa
ngesikhathi esifanayo ngonyaka odlule.