

MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
6
Qaphela izifo zamaqabunga...
I-
Grey leaf spot
.
3
I-
Bacterial leaf streak
.
5
Isifo semikhwazi emmbileni.
6
I-
Sunburn/drought
evimbela izimpawu emaqabungeni ommbila.
4
ISIFO SEMIKHWAZI EMMBILENI
Isifo semikhwazi emmbileni (
Isithombe 6
) sidalwa yivariyasi yemikhwa-
zi emmbileni. Yisifo esiphicayo, lapho ivariyasi idluliswa yi-
leafhopper
.
Izimo zezendawo zithinta isigameko, sokuphila nokusabalalisa okwe-
nziwa yi-
leafhopper
– okunquma ngesigameko namandla esifo.
Ivariyasi yemikhwazi yommbila ngeke ilawulwe yi-
fungicide
.
Ukulawula ivariyasi yemikhwazi kubandakanya inhlanganisela yezinya-
thelo zokunciphisa noma ukwehlisa ubungozi besifo. Nakuba izibulala
zinambuzane phecelezi
insecticides
zisebenza njengokwelapha imbewu
futhi kuvimbele ama-
leafhopper
engazidli izitshalo ezisencane nokunga-
dlulisi ivariyasi, ayikho igaranti noma isixazululo esisheshayo sesifo.
ISIPHETHO
Zikhona ezinye izinhlobonhlobo zezifo zamaqabunga angabalulwanga
kule athikhili ngenxa yokuthi azivamile noma zithukela ziba khona.
Kodwa lokhu akusho ukuthi ngeke ziwudale umonakalo omkhulu esi-
vunweni ngaphansi kwezimo ezilungile. Ukuze unyakaze ngaso sonke
isikhathi, kuhle ukuba uqhubeke nokubuza emithonjeni emihle noma
kochwepheshe uma kukhona izimpawu ezisolisayo ezibonwayo.