MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
13
NGABE YINI AMA-
CATIONS
?
Amanyuthriyenti esitshalo ahlala ku-
soil sand
, i-
clay
naku-
silt
ephithene
noma ku-
colloid
. Emhlabathini obhalanse kahle i-
colloid complex
inga-
bamba ama-elementi abalulekile nezinye izinsalela zihlale endaweni. Izi-
tshalo zingawasebenzisa la manyuthriyenti uma kudingeka ngesikhathi
sezimila ezahlukene nasesigabeni sokukhula sokuhluma kwezinhlavu.
Ama-
Cations
ngamakhemikhali a-
positively charged
atholakala njalo
ngokuxhumana namanye amakhemikhali noma i-
soil colloid
. Ubunye
obahlukene phecelezi
entities
buhlale buhamba njalo, kuyaguquguquka
kusuka kwenye inhlanganisela kuye kwenye kuso isisekelo sokuguqu-
ka kwe-
soil colloid structure
kanye nokuphithana kwe-
microorganism
life cycles
.
Inhlabathi ihlolelwa iKhalsiyamu (Ca), iMaganeziyamu (Mg), iPhothezi-
yamu (K), iSodiyamu (N), i-amoniyamu nayithrojini, amanye ama-
cations
nezinye izinsalelo eziningi zamaminerali. La manyuthriyenti a-
positively (+)
charged
ngokuvamile abizwa ngokuthi izisekelo phecelezi
bases
. Bangaba
neyodwa noma amabili ama-
positive charges
. Ubunye obu-
Negatively (-)
charged
entities aziwa njengama-
anions
.
Uma uxoxa nozibuthe (
magnets
) ezimbili esisodwa sine-
north
ne-
south
pole
– uma usondeza ndawonye ama-
north poles
nama-
south poles
lokhu
kokubili kuhlukaniswa yi-
magnetic force
. I-
north
ne-
south
pole ehlanga-
niswe ndawonye azoba yokusondelana futhi abambane ankonkoshelane
ndawonye. Kanjalo, kalula nje, amanyuthriyenti ezitshalo a-
positively
charged
noma ama-
cations
azodonseleka kusafesi e-
negatively charged
.
Amasafesi a-
negatively charged
atholakala ku-
soil colloid
kanye nezi-
ngxenye ezisipesheli ze-
soil humus
. I-
cation
molekhuli zihlukana ngosayizi
nange-
charge
. Ingxube noma amaphesenti ngalinye kuwo onke ama cation
anamathele ku-
soil colloid complex
kwaziwa njenge
base saturation
. Noma
kalula nje ukuthi angakanani amanyuthriyenti adingwa yisitshalo kuncike
enhlabathini ethile.
Ibhalansi ephelele ngokusho kuka-Dr Albrecht nabanye abacwa-
ningi kukanje:
IKhalsiyamu 60% kuya ku-70%, imagneziyamu 10% kuya ku-20%,
iphotheziyamu 2% kuya ku-5%, isodiyamu 0,5% kuya ku-3%, ama-
nye ama-
cations
noma izisekelo phecelezi
bases
5%.
Amazinga esimuncwana noma e-
pH
yenhlabathi kanye nephro-
gramu yokufaka i-
lime
kakhulukazi izonquma kahle ngaphezulu kwe-
bhalansi yamanyuthriyenti kuphemelele. La mabhalansi angenhla
manje asekhonjiswa kuma-lebhu amaningi noma kungeze kwabalwa
ngokwamanai ahlukene akhonjiswa embikweni womhlaba ohloliwe.
Qhathanisa inhlabathi yakho ehloliwe kulokhu okungenhla. Ama-
nani ngokuvamile kubonakala ngokwama miligramu ngenyuthriyenti
ngalinye ikhilogremu le nhlabathi.
I-CEC yisilinganiso esibonisa ubuhle benhlabathi yakho eku-
bambeni amanyuthriyenti abalulekile esitshalo. Amanye amalebhu
akhombisa lokhu njenge-
Total Exchange Capacity (TEC)
. I-
sandy
soil
yangempela ene-
organic matter
noma i-
humus
encane kakhulu
noma engekho izokhombisa i-CEC ephansi kakhulu kanye ne-
organic
soil
evunde kakhulu kuzoba ne-CEC ephezulu noma i-TEC.
ISIPHETHO
Bheka imiphumela yenhlabathi yakho iphinde ubheke ukuthi inhlabathi ya-
kho ihambelana kanjani nalokhu. Emva kwalokho usungazenza izinguquko
ekulimeni kwakho kanye nasekusebenziseni umanyolo ukwenza ngcono
inhlabathi yakho ukuze isebenze kahle isikhathi eside.