MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
15
Success isn’t always about greatness.
It’s about consistency. Consistent hard work
leads to success. Greatness will come.
~ DWAYNE “THE ROCK” JOHNSON
W
ORDS OF
ISDOM
Lapho kudingeka kube nohlelo olungenziwa
engqondweni yomlimi ngamunye njengokuthi
ozokulungisa kanjani lokho kuguquguquka
kubuyele esimeni esivamile.
U
MA SIKHULUMA NGOKWEMVELO I-
THRESHOLD
YIPHANSI ESEMNYANGO WOKUNGENA EBHILIDI-
NI NOMA EKAMELWENI – UMA UMUNTU ENGENA
KULEYO NDAWO, UJOMBA I-
THRESHOLD
. INGA-
PHINDE ISHO ISIKHATHI ESITHILE, ISIBONELO
USUKU OLWANDULELA USUKU LOMCIMBI OTHILE PHECELE-
ZI-
EVE
EMINYAKENI YAKUDALA NGO-12H00 SISUKE SIMI
KWI-
THRESHOLD
YONYAKA OMUSHA, FUTHI UMA UMAKOTI
ESEGQOKE INGUBO YAKHE YOMSHADO ESELUNGELE UKU-
SHADA USUKE EMI KWI-
THRESHOLD
YEMPILO ENTSHA NO-
MYENI WAKHE.
Ngendlela efanayo singabheka ikhalenda labalimi futhi sibone ukuthi
zikhona izikhashi ezimbalwa ngesizini eziyizikhathi ze-
threshold
. Umlimi
onolwazi uzozazela nje ukuthi ama-
threshold
, kodwa umlimi osemusha
noma osathuthuka kufanele afunde ngama-
threshold
kwezokulima futhi
ikakhulukazi, kufanele afunde ukubuza imibuzo mayelana nama-
thresh-
old
athize ngesifunda alima kuso ngokuthatha imibono yabalimi abadala
nakochwepheshe bezolimo abanolwazi. Ukwazi izinsuku zama-
threshold
esilimo ngasinye inhlamvu ebalulekile ebhokisini lamathulusi omlimi!
Ngakho-ke ngabe yimaphi ama-
threshold
umlimi okudingeka azi
ngawo? Kukhona ama-
threshold
amahle kakhulu okutshala, ukulawu-
la ukhula nokulawula izinambuzane nawokuvuna. Kule athikhili sizo-
bheka ama-
threshold
okutshala.
IZINSUKU EZILUNGELE UKUTSHALA
Inselele ibhekene nabalimi abasafufusa ukuthola imithombo yezimali yo-
kuthenga ama-
input
ezilimo zabo ngesikhathi esifanele. Abalimi kudingeka
baqale ukusebenza kusaqala bahlanganise uhlelo olugculisayo lwepulane
lebhizinisi futhi bayethule kubabolekisi zimali. Futhi ziningi izigigaba esizibo-
nile lapho abalimi beqokwa njengabazohlomula ngephrojekthi enhle – ko-
dwa ngaleso sikhathi mhlambe izimali zikhululwe emva kwesikhathi, noma
ama-
input
adilivwe emva kwesikhathi lokhu kuvimbela umlimi ekutheni
aqale ukusebenza emasimini ngesikhathi esifanele futhi angeke esakwazi
ukulisebenzisa ithuba elihle lezinsuku zokutshala.
Lokhu kudala ukukhathazaka okukhulu ngoba isilimo vele sesidlule-
lwe yisikhathi ngaphambi kokuba siphume esigabeni sokuqala nesivuno
sizophazamiseka. Enye yezinto esizithathe njengezinto ezibalulekile
njengethimba eLokuthuthukisa Abalimi beGrain SA ukuthatha iqembu
labalimi balifundise ngokubaluleka kwe-
threshold
noma ngezinsuku ezi-
fanele zokutshala ukuze isilimo siphumelele.
Izinyanga ezifudumele
Ngasohlangothile oluphathekayo siyazi ukuthi ummbila yisilimo sesimo
sezulu esifudumele. Ummbila udinga inani elithile lamayunithi ashisayo
ayigarantiwe ukuze uzokwazi ukukhula uphumelele. Amazinga okushisa
alindelekile aphakathi kuka-10°C k uya ku-15°C okutshala ummbila wa-
kho. Ngakho akusizi ukufaka isilimo sakho enhlabathini masinyane futhi.
Imfihlo ukuba ulinde isizini ukuba ifinyelele esimeni esizinzile ne-
singaguquguquki samazinga okushisa njengoba lokhu kuqinisekisa
ukuqhuma okufanayo kwezitshalo ezisencane. Uma izimvula zamuva
zikuphoqa ukuba utshala muva kunangesikhathi esifanele, ngakho ke
kubalulekile ukwazi ukuthi kufanele ushintshe futhi mhlambe ubheke
ukutshale ama-
cultivars
ommbila akhula masinyane noma okungena-
ni ungabe usawutshala ummbila futhi ubheke esinye isilimo esikhula
ngesikhathi esifushane. Amaviki okuqala amathathu emva kokutshala
abaluleke kakhulu ukubeni isilimo sibe yimpumelelo kanye nezimo ezi-
khona lapho zizoba nawo umthelela emandleni esilimo.
Yazi
ama-
threshold
ahambelana
nesizini yakho yokutshala
U-Jenny Mathews, umbhali
wePula Imvula. Thumela i-imeyili
ku-jennymathews@grainsa.co.za