MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
10
S
IKE SABHEKA UKUVUNDA KWENHLABATHI,
UKUPHATHA IZILIMO ZAKHO KANYE NOKUSHI-
NTSHNISA IZILIMO KUSISTIMU YOMKHIQIZO UKU-
KHANDA I-
HUMUS
, AMANYUTHRIYENTI ESITSHALO
ABALULEKILE ABANJWE YI-
SAND CLAY
NE-
LOAM
COLLOID
NOKUKHULISA UKUPHITHANA KWAMA-
MICROBES
ENHLABATHI NGOKUHLANGANYELA NAMA-APLIKHESHINI
KAMANYOLO KWAMANYE AMA-ATHIKHILI ADLULILE
EPULA
IMVULA
. NGICELA UKUBA URIFELE KULOKHU UZIKHUMBUZE
FUTHI WENZE NGCONO ISISEKELO SOLWAZI LWAKHO.
Isibonakalo esibalulekile sokulima izilimo ezingenisa inzuzo enhlabathini
yakho ukwazi nokuqondisisa izinga le-
pH
noma izinga le-esidi yenhla-
bathi, ezinhlotsheni ezahlukene zenhlabathi, okwenzeka epulazini lakho
ngokuwalinganisa ngesikhathi uhlola inhlabathi yakho noma esikhathini
esingaphambili koku-plana iphrogramu eqinile yokufaka i-
lime
. Uma kune-
simuncwana/esidi noma i-
alkaline
eningi kakhulu inhlabathi ‘ingalungiswa’
ngoku-aplaya ama-
compounds
ahlukene okubalwa kuwo i-
calcitic
noma
i-
dolomitic lime
ngokwe-phrogremu ye-aplikheshini ehlelwe ngokucophe-
lela yesikhathi esifushane nesiphakathi emhlabathini ngamunye.
Uma amandla akho aphezulu nokujula kwenhlabathi kune-esidi ku-
ngenzeka ukuthi uyaphuthelwa ekutholeni isivuno esikhulu sesilimo
eminyakeni enemvula eningi. Ukungeza ithani noma isivuno esikhu-
lu sommbila ngonyaka eminyakeni eminingi kungafinyelela enanini
eliphezulu kokungenayo futhi bese kuba khona ukuqina komnotho
isikhathi eside eminyakeni ezayo. Enanini elingu-R2 500 ithani elilodwa
eminyakeni eyisihlanu lokhu kuzokuba u-R12 500.
Ukuhlehlisa ukuhlaziywa kwamandla enkinga yesimuncwana kanye
noku-implimentwa kwephrogramu ye-
lime
efanele kungabiza kakhulu
ikakhulukazi uma izilimo ezingenisa inzuzo zidimanda izivuno ezinkulu.
Izindleko ngqo zommbila zincike kuthagethi yommbila noma emandleni
enhlabathi ebhekekile kungakhava kusukela ku-R7 000 kuya ku-R10 000
ihektha ngalinye emkhiqizweni wenhlabathi eyo-
mile. Lokhu kusho ukuthi isivuno sika-2,8
t/ha
kuya ku-4
t/h
siyadingeka ukukhave izindleko
ngqo ihektha ngalinye. Njengoba izivuno zalokhu
zizokhokhela izindleko ezinqunyiwe ezifana noku-
khokhela ibhondi, zikhokhele umhlaba oqashiwe,
irenti, ugesi njengokuchaza izindlela ze-akhawunti
namaphrogramu. Kubalulekile ukuhlola amandla
esivuno sakho emininingwaneni yamarekhodi
epulazi. Iningi labalimi lenza isilinganiso esiyihaba
ngesivuno sabo sesikhathi eside ngenkathi benza
i-
gross margin analyisis
.
UKUQONDISISA I-PH
I-
pH
ingalinganiswa ngokwe-
midium
yama-
nzi noma ngokwe-
chemical buffer
yamanzi
1
Isilimo
I-pH yenhlabathi
4,7
5
5,7
6,8
7,5
Okuqondene nesivuno (U-100 muhle kakhulu kodwa u-0
mubi kabi) ireyisho efanele
Ummbila
34
73
83
100
85
Ukolo
68
78
89
100
99
Ubhontshisi isoya
65
79
80
100
93
I-
Oats
77
93
99
98
100
Ulusene
2
9
42
100
100
Utshani
31
47
66
100
95
Isivuno sesilimo siqhathaniswa ne-pH.
IMIPHUMELA
yokungayifaki
i-
lime
inhlabathini yakho ene-esidi
Isithombe: NguJenny Mathews
U-Richard McPherson, umbhali
wePula Imvula. Thumela i-imeyili
ku-richard@agrimetrix.co.za