M
HLAMBE NGABE SIKHONA ISIMO, UMSEBE-
NZI NOMA UMKHUBA EMPILWENI YAKHO
OKUNGADINGEKA
SIGUQULWE?
FUTHI
UTHINI NGEMIKHUBA YAKHO YEBHIZINISI
NEZINDLELA ZAKHO ZOKULIMA – KUNGAEA
NAZO ZIDINGA UKUVUSEZELWA, UKUHLEHLISWA UKU-
KHUNJUZWA UKUZE UGCINEKE USESIMENI ESIFANELE
NESI FINYELELE EMAGOLINI AKHO?
Ngesikhathi ubaba wami oneminyaka engama-86 ubudala ephenduka
umfelwa eminyakeni emithathu edlule, wakhungathwa usizi olukhu-
lu waphelelwa yithemba kakhulu waphelelwa amandla njengoba
wayesecabanga ukuthi ayisekho into ayiphilelayo. Ngolunye usuku
ngathi, ‘Uyazi Baba, uMama ubengenakho ukuba akhethe ukuphi-
la, kodwa wena … unakho ukukhetha ukuphila ngendlela yokuhlo-
nipha izimpilo zenu nobabili ngokuthi uphile impilo yakho kahle!’
Qaphela izifo
zamaqabunga emmbileni
04
Imiphumela yokungayifaki
i-
lime
inhlabathini yakho
ene-esidi
10
Yazi ama-
threshold
ahambelana
nesizini yakho yokutshala
15
IMVULA
PULA
FOOD • PEOPLE • PROSPERITY
GROWING
UDISEMBA 2020
Uguquko aluvinjwa
– ukukhula kuyakhethwa
U-Jenny Mathews, umbhali
wePula Imvula. Thumela i-imeyili
ku-jennymathews@grainsa.co.za
INCWADI
YEGRAIN SA
YABALIMI
ABASAKHULAYO