MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
16
MADE POSSIBLE BY
THE MAIZE TRUST
16
Yazi ama-
threshold
ahambelana...
Khona manje ukwazi ukuqedela I-
topdressing
.
Isithombe: NguJenny Mathews
Qinisekisa ukuthi uyasazi isikhathi esifanele
se-
threshold
yokutshala kanye ne-
threshold
ethi ‘isikhathi sesihambe kakhulu ukuba
ungatshala’.
Izinyanga zamakhaza
Ngeke sikhohlwe ukuthi okunye ukwesa-
bela isilimo kufika ngasekupheleni komji-
kelezo wokukhula ngokuqala kokungena
kwezinyanga ezibandayo. Isilimo sommbila
sidinga phakathi kuka-120 kuye ku-140 wezi-
nsuku ezingenaso esithwathwa nokho kuya
nge-
cultivar
. Ngenxa yalesi sizathu awukwazi
ukungena engozini ngokutshala imbewu
yommbila sekwedlule isikhathi ngoba isi-
thwathwa singadala okhulu umonakalo esi-
tshalweni sommbila osengakavuthwa lokho
kungadala ukulahlekelwa kakhulu yisivuno.
Kukhona futhi i-
threshold
efanele
isikhathi sokuvuna – ngaleso sikhathi izitsha-
lo eziningi zisuke sezivuthwe ngokuphelele.
Siyabazi abalimi abasathuthuka abafakelwa
ingcindezi abanikazi bemfuyo ukuba ba-
vune izilimo zabo emasimini ukuze abalii
befuyo bezodedela izinkomo zabo zidede-
lwa ziyokudla emasimini ommbila. Ngaso
sonke isikhathi lokhu kudala izinkinga.
Isikhwebu sommbila esivunwe sinomswa-
kama omningi siyashwabana phecelezi-
shrivel, sehlelwe yisisindo futhi lokho
kuletha okukhulu ukukhathazeka, kungenze-
ka wonakale noma kube nezifo. Isivuno
ngeke siphumelele uma isikhathi sikuvuna
singanakwa.
Izinsuku ezithile zesifunda
Sikhuluma ngefasitela lamathuba kodwa
futhi kubalulekile ukukhumbula lezo zinsuku
zokutshala eziqondene ngqo naleso sifu-
nda. Isikhathi esihle sokutshala ummbila
eMpumalanga sahlukile esikhathi esihle
sokutshala ummbila eNyakatho neNtsho-
nalanga. Kokubili amazinga omswakama
enhlabathini kanye namazinga okushi-
sa kudingeka kube semazingeni afanele
e-
threshold
ukuze imbewu iphumelele.
Uma uyazi i-
threshold
yakho efanele
futhi ungagxila phakathi kwalezo zinsuku, izi-
limo zizoba nethuba elihle lokukhiqiza izivu-
no ezinkulu ngoba yingaleso sikhathi lapho
isitshalo sikwazile ukuthola ithuba loku-
hluma/khula sifinyelele esigabeni sokukhula
nokuvuthwa ngokuphelele ngaphansi kwe-
zimo zeklayimethi ezivumelayo mhlambe
nasezimvuleni ezinhle, ilanga elanele nama-
yunithi okushisa anamazinga okushisa aka-
hle ebusuku.
KWAZI ONGAKUKHETHA
Abalimi kudingeka bazi futhi baqaphele.
Lapho kudingeka kube nohlelo olungenziwa
engqondweni yomlimi ngamunye njengo-
kuthi ozokulungisa kanjani lokho kuguqu-
guquka kubuyele esimeni esivamile.
THIS PUBLICATION IS
MADE POSSIBLE BY THE
CONTRIBUTION OF
THE MAIZE TRUST
IMVULA
PULA
GRAIN SA: PRETORIA
PO Box 74087
Lynnwood Ridge
0040
▪
08600 47246
▪
www.grainsa.co.za
UMHLELI
UKWABA
Liana Stroebel
▪
084 264 1422
▪
Office: 012 943 8285
▪
liana@grainsa.co.za
UMLINGANI WEZOKUSHICILELA
INFOWORKS
Johan Smit
▪
Ingrid Bailey
▪
Marisa Fourie
▪
018 468 2716
▪
johan@infoworks.biz
Uhlelo lweGrain SA
LokuThuthukisa amaFama
ABAQONDISI BENTUTHUKO
Johan Kriel
Free State (Ladybrand)
▪
079 497 4294
▪
johank@grainsa.co.za
Jerry Mthombothi
Mpumalanga (Nelspruit)
▪
084 604 0549
▪
jerry@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8289
▪
Smangaliso Zimbili
Jurie Mentz
Mpumalanga/KwaZulu-Natal (Louwsburg)
▪
082 354 5749
▪
jurie@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8218
Graeme Engelbrecht
KwaZulu-Natal (Dundee)
▪
082 650 9315
▪
graeme@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8287
▪
Nkosinathi Mazibuko
Luke Collier
Eastern Cape (Kokstad)
▪
083 730 9408
▪
luke@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8280
▪
Luthando Diko
Liana Stroebel
Western Cape (Paarl)
▪
084 264 1422
▪
liana@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8285
▪
Hailey Ehrenreich
Du Toit van der Westhuizen
North West (Lichtenburg)
▪
082 877 6749
▪
dutoit@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8290
▪
Lebo Mogatlanyane
Cwayita Mpotyi
Mthatha
▪
078 187 2752
▪
umthata@grainsa.co.za
▪
Office: 012 943 8277
IPULA IMVULA IYATHOLAKALA FUTHI
NANGALEZI ZILIMI EZLANDELAYO:
IsiZulu, IsiNgisi, IsiTswana, IsiSuthu, nesiXhosa.
Articles written by independent writers are the
views of the writers and not that of Grain SA.
Ithimba labahleli